0:00 / 0:00
Ngavuswa umchamo ngabo 11 uma ngithi ngibuka ngakuSbali wena kune nkunenkunzi malanga yenyoka evundle phezukwakhe, Ngenhlanhla yami nje ngoba ngabuka ngakuyengemuvakokukhanyisa ugesi ngoba ukube ngayibona ngisembhedeni ngabe kukhulunywa indaba yokuthi ngangcwatshwa. Imnyama inkulu impela yona ngoba yayilingana ngqo nomlenze wami (anginayo ke imicondo kakhulu)futhi ngoba angibulawanga uvalo shuthi ngisakude ukufa Ngalowo mzuzu yena ulele flat uma kuwukuthi wayeyizwa into eyayiphezu kwakhe i believe He tot yimi ngibeke umlenze phezu kwakhe. Ayikho ke mina into engiyisaba njengenyoka ngisho ngiyibona kwiTv, Ngize ngenze iresearch ngayo ngiyazi nje ukuthi uma uyathusile noma uvele wabanga umsindo iyagandla so kumele uzame ngayo yonke indlela ukungathuki uma uyibona ngoba nayo izothuka ikushaye,maar how does one remain calm ebona inyoka guys. Ohk ke ngahamba ngayochama lapho sengikwesinye nje isimo nd usbali wenu ulele nayo imambane leshuthi ilele ngiyasaba ukumvusa ngoba uma evuka nayo izovuka mhlampe ingadle am standing there ngasemnyango helpless nd confused ngifuna kuvusa ubby ngendlela epolitely engazukwethusa inyoka. Angifuni ukuqamba amanga ngake ngafikelwaumqondo othi inyoka yakhe le usbary wenu shuthi nje ngibe nebhadi ngayibona namhlanje shuthi nje kade sasilala nayo ngoba phela sasinezinyanga nje ezimbili vo ngithandana naye kanti futhi kuleyo mpelasonto wayengivakashele yena endlini yam. ngiyeza no P2#136k like ,follow,share
@therh_sibiya825.0K views14.9K likes0ENMay 19, 2026
4 words31 characters1 sentencesReadability: High School
Transcript
[MUSIC] [MUSIC] (upbeat music)
Download Transcript
Related Videos

They rejected my application to Hogwarts but I still found a way to be a wizard. 🧹#illusion #magic #harrypotter
2.4B0:18

Jailbreak - Clue 5
691.7M0:16

Kiwi Eating 🥝 ASMR Your new daily ASMR habit starts here…Follow to keep it going! #asmr #satisfyingvideos #aiasmr #eating #kiwi
376.4M0:10

HAHAHAHAHAHAHHA
376.0M0:11